Kubikwa ukuthi umbango wamafa alowo obengumculi kaMaskandi ongasekho uMtshengiseni Gcwensa nobedume ngeleNdidane usudale ukuthi enye yamakhosikazi akhe ibuyele ekhaya kubo.
Kuthiwa lenkosikazi engu Ntokozo Dlamini isiqome ukubuyela ekhaya kubo iphinde yayoziqhubekela nesikole ngoba ithi umnakwayo ongumaZiqubu uyena oshaya amaphiko kuzozonke izinto zomyeni wabo ongasekho.
Kwala ngisho izinto ebezisentshenziswa nguye uMadlamini kusaphila iNdidane kuthiwa usevele wazigodla umaZiqubu kubika iphephandaba lelanga.
Lombango wamakhosikazi uvela nje kungekudala kuke kwaba nombango wabanye abebecula nababecula naye uMtshengiseni
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment