Alokhu eya ngokukhula amahemuhemu amatanisa umqeqeshi uMandla Ncikazi nesikhundla sokuba iphini lomqeqeshi ku Kaizer Chiefs neqeqeshwa ngumngani wakhe weminyaka u Steve Khompela.
UNcikazi oke waqeqesha iMarizburg United emva kokuhamba kukaKomphela kubikwa ukuthi akusasele nsukungaki ebonakale ehleli ebhentshini lamakhosi ezosiza uKomphela kwazise sebezebenze ezindaweni eziningi ndawonye njengoba bake basebenza ku Free state stars naku Marizburg United.
Osibhincamakhasana babika ukuthi lowo oyiphini lomqeqeshi manje kuMakhosi uDoctor Khumalo uzogixabezwa ngesikhundla sokuba ngusomaqhinga waleliqembu elibhinjelwa izinto kulesizini.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment