Ubukeka uya ngokujiya umbango wobunikazi beqembu likaMaskandi elibizwa ngokuthi Amagez' amahle nebeliholwanyilowo ongasekho uMtshengiseni Gcwentsa.
Umdonsiswano kubikwa ukuthi uphakathi kwalowo owayeyilunga laleliqembu uNjencane nongasaculi nalo nalowo osengumholi walo manje nowathatha emva kokudlula emhlabeni kwendidane uPotso umfoka Ngobese.
UNjencane ukhala ngokuthi leliqembu lasungulwa nguye, Indidane kanye no Sbongiseni osekushiya yena yedwa osaphila njengoba uSbongiseni ne Ndidane sebadlula emhlabeni.
Abameli bakaNjencane sebephoqe ukuba ingabe isadayiswa ezitolo zomculo i Album entsha yamageza amahle esanda kuphuma kwala ngisho nalawo asefakiwe ezitolo ezidayisa umculo azosuswa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment