Iningi labathandi bomculo lilale lishaqekile izolo emva kokuvela kwezindaba zokwedlula kwesinye isihlabani somculo esasishisa izikhotha ngameminyaka yo 80 nasekuqaleni kweminyaka yama 90 saziwa ngokuthi u Prince nongowokudabuka kwelase USA nobecula umculo we Funk,
UPrince nogama lakhe langempela nguPrince Rogers Nelson nokungakadalulwa imbangela yokudlula kwakhe emhlabeni nakuba kuvela ukuthi ubehlaselwe umkhuhlane nokwadala ukuthi aphuthunyiswe esibhedlela emavikini adlule.
Baningi asebethumele nokubalwa uMongameli waseMelika uBarak Obama nabanye abaculi nabalingisi abaningi emhlabeni jikelele, kanti khona ezweni lase USA sekunezindawo lapho abantu ababeka khona izimbali nokuwuphawu lokubhonga emswaneni kuleliqhawe ebese lineminyaka ewu 57.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment