Kubukeka kungasekude elethelwe ukudla okwemboziwe nge Tray uMfundisi osemncane uMfu Bheki Sithole.
Kuthe ngesonto uMfu Sithole nesithandwa sakhe uNkosazana Lerato Motshwene baphakanyiswa esontweni nokuyindlela okwenziwa ngayo ebandleni lakhe uma abantu sebezoshada. Lombungazwe wenziwe ebandleni lakhe i AFM Church nalapho engumfundisi omncane walelibandla e Witbank lapha asezinze khona kwazise ungowokudabuka oPhongolo.
Nakuba lungakakhishwa usuku kodwa kubukeka kungasekude beshanele amabala koJobe.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment