Emabhasini, ezitimeleni, ezindaweni zokuzicwala izinwele kuphi nakuphi lapha kuhlangene khona abantu ayipheli inkulumo ingakaphathwa indaba yomdlalo wokunikana imali obizwa ngo MMM okuqubuke imibiko ethi lelibhanoyi seliwile.
Bekhuluma abanikazi balomdlalo othandwa njengebhodwe elipheke isishibo ekhasini labo kufacebook bathe cha abantu abehlise imimoya lomdlalo awuyindawo, kepha kuvalwe kwathuthwa labo abebedlala kulona owamazwe ngamazwe obuletha inzuzo ngamaphesenti awu 100 balethwa kulona wasezweni umuntu ahlala kulo noletha inzuzo yamaphesenti angu 30.
Amaphenya imidlalo efana no MMM bakuqinisekisile ukuthi lomdlalo nawo ukweminye ephenywayo kwazise akuvumelekile ukudlala umdlalo wamabhanoyi lapha emzansi Africa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment