Umrepha ongaconsi phansi kubantu baseNingizimu Africa u Casper Nyovest uqophe umlando ngesikhathi izolo kuthulwa ngokusemthethweni umakhalekhukhwini abeyingxenye enkulu ukhandwa nobizwa ngokuthi i AG #hashtag.
Lomakhalekhukhwini okubikwa ukuthi unezinto eziningi ezifaka umculo nezinkundla zokuxhumana wakhiwe ngokubambisa inkampani yakwa AG Mobile kanjalo no MTN nabuye ebe yinxusa lawo uNyovest.
Lomculi kubukeka zimzela kahle izinto njengoba nangonyaka ophelile aqopha umlando egcwalisa Ticketpro Dome nalapha kwafika abantu abangu 20000 kulomcimbi.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment