Namanje usazibuza ukuthi usinde kanjani uSihlalo weqembu le National Freedom Party kwaZulu Natal uMnu Vikizitha Mlotshwa emva kokudutshulwa ngentululwane yezinhlamvu izolo ebusuku.
UMlotshwa nobekumele eye emhlanganweni weqembu oseThekwini namuhla ekhuluma emsakazweni iGagasi Fm uthe ngeke esaya ngenxa yalesigameko.
Lesigameko sokudutshulwa kukaMlotshwa selama ezinye eziningi zokubulawa kwabantu kuleliqembu eligubezelwe yifu elimnyama lokulwa kwabaholi balo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment