Isishingishane ebesihambisana nemvula enkulu ezinxenyeni eziningi ezakhele umasipala omkhulu wase Zululand sishiye kukhalwa njengoba kubikwa izigameko eziningi zemizi ephephukile neminye edilikile. Lesishingishane sihlasele ngezithuba zasemini namuhla.
Endaweni yasoPhongolo kubikwa ukuthi kunomuzi okudilike uphahla lwendlu kwalimala abantu abaphuthunyiswe eclinic yendawo.
Kunezinye izakhiwo okubikwa ukuthi ziphephukile ezindaweni ezakhele lomasipala.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
1 comment:
Isishingishane, okubuye kuthiwe inkanyamba, sidala omkhulu umonakalo lapho sidlule khona, kusala kukhalwa. Kusiphuka izihlahla kuphephuke uphahla lwezindlu, kundize yonke inhlobo yekucuza emoyeni engaba yingozi kubantu. Sikholw ukuthi ifu leli elihamba nesishingishane lithwala inyoka enamakhanda ayisikhombisa okuthi uma inyakaza kube nemvula enkuku.
Post a Comment