Ubuholi obuqedwa kukhethwa buka Khongolose buthi abusamthembi u Pravin Gordan nonguNgqongqoshe wezezimali kuleli nemsola ngokuvikela amabhizinisi abamhlophe.
Lenkulumo nebithulwa nguNobhala Jikelele osanda kukhethwa uThanduxolo Sabelo uthe bona njengentsha kakhongolose bayameseka lowo osanda kufungiswa njengelungu lePhalamende u Brian Molefe ekutheni athathe isikhundla sika Pravin kwazise uMolefe bambona njengomuntu ozosindisà ezwe.
UMolefe nowayeyisikhulu esiphezulu sakwa Eskom washiya kulenkampani ephehla ugesi emvakombiko kalowo owayenguMvikeli womphakathi uThuli Madonsela wokuthi wayenokuxhumana isikhawu eziningi nesinye sezigwili zakwa Gupta nezisolwa ngokuzixebulela nokuzilawulela kuhulumeni wakuleli.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment