Iqembu lesizwe lekhilikithi lakuleli neliteketiswa ngokuthi ama Proteas likleliswe laba sendaweni yokuqala kumidlalo yosuku olulodwa phecelezi ODI emva kokuhlula izwe lase Sri Lanka emidlalweni emihlanu nebidlalwa yilamazwe amabili kusukela ngenyanga eyedlule.
Lelizwe neliholwa ngu AB De Vililiers liyigojele izolo lemidlalo nalapha libhaxule I Sri Lanka ngemigijimo engu 88 nokuyiwona mdlalo abakwazi ukuziqoqela amaphuzu ngaphambi kokuthi behambe beye ezweni lase New Zealand nalapha beyodlala imidlalo eminingi yochungechunge kanjalo neyosuku olulodwa neyoba yandulelwe yi T20.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment