Ungqongqoshe wezokubusa nokubambisana KwaZulu Natal uNkosikazi Nomusa Dube umaNcube uthi amathimba abhekele ezokutakula nabosizo oluphuthumayo sebeme ngomumu ukubhekana nenkanyamba ebizwa ngokuthi ngu Dineo okubikwa ukuthi izohlasela enhla nesifundazwe sakwa Zulu Natal kusasa. Kulindeleke isiphepho esinamandla nesizohambisana nezikhukhula.
Lenkanyamba okubikwa ukuthi iqhamuka ezweni laseMozambicue isiqalile ukubonakala kulelalizwe nalapha kubikwa Khona ukuthi mningi umonakalo ewudalile.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment