Umdidiyeli womculo we house nobuye Abe ngu DJ u Sfiso "Blaq venomous/ DJ Feleba" Dlamini udedele esinye isigubhu kungoma yakhe enza ethi uMaqondana nalapha apike Khona insizwa ebizwa ngo Goodman kanjalo nentokazi engu Ntomza.
Lensizwa eyaziwa ngokudedela igqomu yayikade ithembisile ukuthi kukhona esakupheka ngesikhathi ikhuluma me NPG newsblog ngonyaka oPhelile.
Lengoma yalensizwa yasoPhongolo isiqalile ukuzwakala eziteshini zomsakazo zomphakathi kanjalo iyatholakala kuma website omculo wamahhala.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment