Umdlali obethathwa njengenye yezinsika zeqembu elibhedelwa yizinto kulezinsuku I Orlando pirates okungu Erdwin Gymah wehlukene naleliqembu laseGoli.
Lomdlali odabuka ezweni lase Ghana nobe seqenjini lesizwe ebelidlala Ku Afcon selokhu ibuyile imidlalo yeligi kuleli akakaze abonakale nakanye emidlalweni emithathu esidlalwe ileliqembu.
Ngokwesitatimende esikhishwe yiqembu lomdlali owafika kweznyama esuka Ku Supersport United uzicelele ukukhululwa kulezinkunzi zase Soweto.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment