Lowo obengumculi wokholo ulundi Tyamara kubukeka umngcwabo wakhe ungeke uzuxhaswe uhulumeni njengoba kwenzekile koka Sfiso Ncwane no Thandi Klaasen.
Ngokombiko wamaphephandaba lomculi odlule emhlabeni ngenxa ye TB yesisu kubikwa ukuthi asikho isikhulu sika hulumeni esike sabathinta ngokuthi lomngcwabo uzothathwa uhulumeni.
Nakuba uNgqongqoshe wezobuciko uMnuzane Nathi Mthethwa eke wayobhonga emswaneni.
Ulundi uzofihlwa kusasa ekhaya kubo eWorcester eNyakatho kapa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment