Iqembu me Economic Freedom Fighters lithi nakulonyaka lisazoqhubeka nokumphazamisa uMongameli wezwe uma esethula inkulumo yesizwe ngomhlaka 9 kwephezulu ephalamende ekapa.
Leliqembu eliholwa nguMnuz Julies Malema likhuluma kanje sekuyaziwa ukuthi vele hlezi limphazamisa umongameli wezwe uma ekhuluma nalapha lisuka livele limemeze lonke kanye kanye.
Kubikwa ukuthi ezokuphepha zoba ziqinile kakhulu kulomncimbi kwazise ngonyaka ofile kwaze kwaqhuma nequpha kududulana amaholi be EFF nonogada basephalamende.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment