Ngaphambi kokuthi ashone,
Wabhala ingoma,
Ethi mphefumulo wami uyophelelaphi na?
Kanti usuzoshiya emhlabeni umfoka tyamara,
Ngakho-ke Rest in peace lundi,
Iqhaza obulibambile emhlabeni likhulu,
Yize noma ukuhamba kwakho kube ngendlela ebuhlungu nene sihluku,
Abanye bashaya izandla bathi umphefumulo ngathi ungalala ngokuphumula,
Nceku emhlabeni uculile,
Nkosi Ngezinsizi zalomhlaba mphefumulo wami uyophelelaphi na,
Iithi ibhayibheli la emhlabeni asakhile sonke singabokufika,
Ngelinye ilanga kithi sonke ukufa kofika,
Alwehlanga lungehlanga tyamara nathi ngelinye ilanga sofika lapho,
Ang'thuki njengoba uthule,
Mina ngsabusiswa ngowakho umculo,
Umculo wakho mfwethu uyafana namagama enduduzo ngawo siyaduduzeka.
Uyasiphilisa,Noma ngabe sekutheni,Noma ngabe sekunjani kodwa ithemba lami lohlezi likuwe jehova,
I.G@senzo_mathebula
E.g@senzohdapoet
0734427605
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment