ABAWUVALANGA UMLOMO OPHONGOLO NGOKUVAKASHELWA U NOTHANDO HLOPHE
Isihlabane somculi esaziwa kakhulu ngengoma ethi khululugcobo sifike sasula inkomishi ngomgqibelo ntambama e sontweni i Christian center oPhongolo. Lapho ebemenywe khona u Mfundisi u pastor A Matse. Kujabule ngisho esidindozelayo isalukazi ngeculo lakhe adume ngalo elithi khululugcobo. Kade engahambi yedwa ebe hamba no Nduduzo Matse ongomunya wabaculi abavelele kwezomculo wezenkolo. Asikwazanga ukukhulumisana nabo noma umfundisi wase christian center kepha esikubonile ukuthi balikhuphule kakhulu izinga kwezenkolo njengiba sebaqale ukubiza osaziwayo babasoneze kubantu.
Abashingo ukuthi bazophinda nini ukuphakamisa igama lasophongolo kepha ukhulunkulu uzobapha amanye ambandla
Wednesday, March 1, 2017
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment