Sesiphinde sagubezelwa ifu elimnyama isizwe ikakhulukazi embonini yezokuncebeleka emva kokuvela kwezindaba zokudlula emhlabeni yenye yezinqalabutho zokulingisa uMnuzane Joe Mafela nobedume ngelika Sdumo.
UMafela udlule izolo ebusuku engozini yomgwaqo ebandakanya imoto yakhe eyi Ford Kuga neveni okuthiwa zishayisene nokuphethe ngokuthi athule Khona lapho uSdumo.
Lengwazi yaziwa kakhulu ngemidlalo efana no Sgudinace, Khululeka kanjalo me Generations, the legacy nalapha abedlala Khona.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment