UMnuz Sabelo Siyaya nobedume ngelikaSaveya edolobheni lasoPhongolo ugcine engcwatshiwe ekhaya kubo kwaShoba.
Lowesilisa obephazamisekile ngokomqondo kubikwa ukuthi watholakala egeciwe walahlwa emobeni emavikini amathathu edlule.
Lensizwa ebedume ngokukhuluma isilungu nesibhunu kanjalo nokushaya ama push up anenkosi phakathi kubikwa ukuthi uze watholakala esesemakhazeni ka Hulumeni oLundi nalapha kwakuyohlolwa khona isidumbu sakhe.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment