Jobe 22 v. 21
Mawujwayelane noJehova
1. Umuntu ujwayelana naye ngoba kunezinto ezifanayo enzithanda ngokufana.
Imvama yethu sehlune no Jehova ngenxa yezono zethu. Kodwa ukumfuna kuyashintsha ingqondo yethu ifane neyakhe. Sithande lokho okuthandwa nguye.
2. Ukujwayelana noJehova kwenza ube nokuthula. Abantu bakhathazekile ngoba akukho ukuthula emakhaya nasezweni. Jwayelana noJehova ukuze ube nokuthula. Imfihlo ikuJehova.
Kunamadoda amabili aba nobuhlobo obujulile noNkulunkulu ebhayibhelini.
Eyokuqala ngu Davide. UJehova uthi uDavide ungowenhliziyo yakhe. Ubuye abizwe ngomngani kaJehova. UDavide wayenamaphutha amaningi kodwa uNkulunkulu umbiza ngomhlobo wakhe. Isizathu yikuthi uDavide wayephenduka uma enze iphutha.
Indoda yesibili ngu Enock, Genesis 5 v. 21-14
Lona ke wahamba noNkulnkulu wagcina ehambe naye. Akafanga kodwa wathathwa.
Sengathi kulelisonto singafuna ukwazana okujulile nJehova ukuze sibe nokuthula.
Amen!!!
Apostle BM Buthelezi
Zoe Christian Fellowship
Cell. 0827546476
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment