Kuphose kwalalwa kukhalwa emizini eminingi eyakhe endaweni yakwaShoba oPhongolo ngesikhathi amabhobhodlelana anamaqembu okugida ingoma eba nokungaboni ngasolinye kwase kusuka ingxabano.
Lengxabano eyasuka endaweni yokucima ukoma yasendaweni kuthiwa yasuka ngezithuba zantambama ngolwesithathu neyaholela ekutheni kuze kuba khona ogwazwayo nosalele esibhedlela kuze kube imanje kanti abanye basheshe badedelwa esibhedlela emva kokwelashwa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment