Kuthe kufika impelasonto wabe usuphetgwe ubuso obusha umasipala wasoPhongolo kwazise bekugcotshwa amakhansela kanjalo nemeya, usoMlomo nosekela Meya ngolwesihlanu olwedlule.
Lomasipala owanqotshwa inhlangano ka ANC uwuphethe ngokuzimela lomaSipala obuphethwe ngokuhlanganyela yi ANC ne NFP kuhlandla eledlule.
Abaqokelwe kuzikhundla ezimqoka kube ilaba
UMeya uNkosazane Bawinile "Winnie" Mkhwanazi
Usekela Meya uNkoskz Busie Mvelase
USomlomo Mnuz Vusi Masuku.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment