Ukufakwa kimshini wokusakaza ezindlini zokusakaza zomsakazo womphakathi wasoPhongolo iPongola FM kuqinisekise ukuthi kungekudala omsakazo uzobe uzwakala emoyeni.
Lezindaba ziqinisekiswe uMnu Vincent Gwebu ongumphathisteshi nothe sebelinde uSantec ekutheni ezobaxhumela omunye umshini ibizwa phecelezi ireceiver ezosiza bekwazi ukuzwakala emoyeni.
Nakuba kubukeka kuyizindaba ezimnandi kepha uMnu Vincent Gwebu uzwakalise okukhulu ukungenami ngabantu abalokhu besebenzisa ifacebook group ethi Pongola community radio nathi akazi bona abanalwazi ngabo yena wazi ipage eli Pongola FM.
Udlulise ukubonga okukhulu kumphakathi nakubantu abeze bazokwenza inhlolokhono yabasakazi nosekusele umzuliswano wokugcina nalapho koqokwa khona abaphumelele.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Kuphinde kwaba nokuthuthana ngamandla phakathi kwe EFF nabezokuvikela ephalamande izolo ebusuku ngesikhathi kuzokwethulwa inkuluma yesizwe p...
No comments:
Post a Comment