Iqembu lebhola lesizwe labaneminyaka engaphansi kuka 23 eliqeqeshwa ngu Owen Da Gama limangaze abaningi ngesikhathi libamba osokhaya okuyi Brazil emidlalweni yama Olympics ezinzulwini zobusuku izolo.
Abafana ba Da Gama baboshelwe eqoqweni elilodwa ne Iran Brazil ne Denmark.
Kanti sisekuzo ezakuma Olympics iqembu labesifazane iBanyana Banyana ivule ngesibhaxu sika 1-0 ishaywa i Sweden ngolwesithathu emdlalweni wokuvula, sekuzothi ngesonto itholane nezwe lase Brazil.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Bewumbonga ngokukluluza umnikazi wamacwecwe angumkokotelo abephulwa ngamaphoyisa edolobheni lasoPhongolo endaweni eyingoje ebizwa ngokuthi k...
No comments:
Post a Comment