umklomelo omkhulu wokuba ngumsakazi ovelele phecelezi Best Radio Presenter kuma Young Achievers award nabebanjelwe eThekwini ngempelasono. namanje usalokhu ezincinza ngenxa yokuthi akakholwa uMnu Chris Ndamase ongumsakazi wosakazo okhula ngesivinini iNongoma FM.Lensizwa esencane nedabuka eMondlo ikhuluma ne NPG newsblog ithe "kuyangijabulisa kakhulu ukuqokwa njengomsakazi ovelele namanje angikholwa, ngijabule kakhulu ngoba ukusakaza ngikhule ngiyithanda neyiphupho lami".
Umfoka Ndamase nosakaza uhlelo lwasekuseni ubonge wanconcoza kuMphthisteshi uMntwana Sbo Zulu namchaze ngokuthi uyena muntu angasoze amkhohlwe empilweni yakho ngomnika ithuba lokusakaza.
Kubukeka eya kude ngokuba ngemumva kombobho njengob ethi isifiso sakh ukugcin esakaze emisakazweni engenisa inzuzo ngelinye ilanga.






