Ungqongqoshe wezokuthutha, ukuphepha nokuxhumana komphakathi kusifundazwe uMnu Mxolisi Kaunda uncome isenzo sethimba ebelijutshwe ukuphenya ngezinsolo zokudayiswa kwezincwadi zokushayela endaweni yasoPongolo.
Loluphenyo loholele ekuboshweni nokugwetshwa iminyaka eyishumi kwalengiswa emihlanu kuka Mnu Bukhosi Sibiya obeliphoyisa ngaphansi kukaMasipala wasoPhongolo nalowo abemgwazela iMnu Zazi Buthelezi nogwetshwe iminyaka emihlanu nelengisiwe.
Loluphenyo lwaqala ukwenziwa ngo 2011 emva kokuthi kwaba nezinsolo ngokusebenza kwalesiteshi njengoba kugcine kuvela ukuthi kube nenqwaba yofakazi ekhombe ukuthi izincwadi bezithengisa ngo R5000 kuya Ku R7000.
*Loluludaba luthathwe kusitatimende sabezindaba esibuya kungqongqoshe wezokuthutha kwa Zulu Natal.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment