Iphinde yabuya ekamabuyaze iDemocratic Alliance emizameni yayo yokuthi ehle esihlalweni sokuhola izwe uMnu Jacob Zuma ngesikhathi kuvotelwa ukungamethembi kulesisikhundla.
Izolo bekunenkulumompikiswano ebeshisa nalapho amaqembu aphikisayo ebekhuluma ngezintobathi yizona ezenza zimbone kungasafanele ahole izwe uZuma kulandela ukukhishwa kombiko ngomndeni wakwa Gupta noMengameli wezwe.
Kulokhu Kuvota nosekungokwesibili kwenzeka kulonyaka babe ngu 214 abathe abavumi aphume esikhundleni kwathi abangu 126 bathing akaphume kanti abangu 54 abavotanga nokubalwa umngqongqoshe wezezimali zezwe uMnu Pravin Gordan.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Bewumbonga ngokukluluza umnikazi wamacwecwe angumkokotelo abephulwa ngamaphoyisa edolobheni lasoPhongolo endaweni eyingoje ebizwa ngokuthi k...
-
Usathuka izanya umphakathi wesinye zezigodi zasendaweni yakwaCeza budebuduze nedolobha lasoLundi emva kwesigameko ezinyantisa igazi sokuqoth...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
No comments:
Post a Comment