Kufezeke iphupho lalowo owayeyilungu leqembu le IFP uMnumzane Mario Ambrosini nongasekho lokuthi kugunyazwe umthunziwezinkukhu ukuba ube semthethweni kuleli uma usentshenziselwa ukuthaka imithi yokwelapha izifo ezifana nomdlavuza nezinye izifo eziyingozi.
Lezindaba zokugunyazwa kogwayiwabadala zethulwe ephalamende yisigungu esengamele ukulawula imithi yokwelapha kuleli nalapha Sikuqinisekisile ukuthi ngonhlolanja wonyaka ozayo izobe isiqalile ukutholakala imithi yokwelapha ethakwe ngensangu.
Lomthetho usagunyazelwe ukwenza ucwaningo kwazise akukachibiyelwa umthetho wezwe osabeka insangu njengesinye sezidakamizwa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment