Monday, November 7, 2016
Bazonyuselwa imali abangabasizi basezindlini
Umnyango wezabasebenzi umemezele ukuthi kusukela ngenyanga ezayo bonke abasebenzi umsebenzi wokuba ngabasizi basezindlini kungaba ogada abantwana oncendisa ngemisebenzi yasendlini noma owenza ingadi bazonyuselwa imali NGO R19,38 ngehora kulabo abasebenza emizini engaphansi komasipala abakhulu nokusho ukuthi bazobe behola u R2422,54 ngenyanga bese kuthi labor abasebenza emizini eyakhele omasipala abancane bona bazothola u R16,41 ngehora nokusho ukuthi bazothola u R2205,17 ngenyanga.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment