Kubukeka elala njengoswane uMqeqeshi osabambile Ku Orlando Pirates u Augusto Palacious njengoba Eznyama zibukeka zibuyele uphawini wokunqoba imidlalo selokhu kwaqala ukuthi licijwe uNjeje leliqembu lase Orlando.
Nayizolo ebusuku alizifunzanga isihlathi kepha liwaphose eswini amaphuzu amathathu neliwathatha Ku Chippa United ngo 1-0 nokube yigoli layo leyondoda engalibheki ipali uTendai ' Maseven' Ndoro.
Kanti komunye umdlalo lowo owayeqeqesha I Orlando Pirates u Eric Tinkler uqhubekile nokudlondlobala njengomqeqeshi ngesilhathi iqembu lakhs I Cape town City ibhabhadisa iMarizburg United NGO 3-2.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment