Umbiko obulindwe ngabomvu yizakhamuzi zaseNingizimu Afrika mayelana nomndeni wakwa Gupta osolwa ngokuba ubhongoza ekulawuleni kukahulumeni wezwe ugcine uphuma.
Lombiko wophenyo olwalwenziwa yilowo obengumvikeli womphakathi u Adv Thuli Madonsela uveze ukuthi lomndeni yiwona ozikhombela ngobhoko ongqongqoshe abazodanselanisiginci sabo, kulombiko kuphinde kwavela nokuthi indodana kaMnu Zuma ongumengameli wezwe uDuduzani Zuma ubezenzela umathanda eminyangweni kahulumeni ukuze kuphume izimali zamathenda. Ngokubika kwamaphephandaba.
Lombiko kuningi okuqukethe njengoba abalelwa ku 300 amakhasi aqukethe lombiko.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Bewumbonga ngokukluluza umnikazi wamacwecwe angumkokotelo abephulwa ngamaphoyisa edolobheni lasoPhongolo endaweni eyingoje ebizwa ngokuthi k...
No comments:
Post a Comment