Ungqongqoshe wezemfundo esifundazweni sakwaZulu Natal uMnuzane Mthandeni Dlungwana ukhiphe umyalelo wokuthi labothisha abacwasa baphinde bephoqe abafundi bebandla la Manazaretha ukuba bagunda bazoyikhotha imbenge yomile ngoba lesisenzo siphambene nomthethosisekelo wakuleli.
Lesinyathelo sikaNgqongqoshe siza emva kokuthi kubikwe izehlakalo eziningi ebezibikwa ezikolweni lapho othisha bebecwasa bephinde baphoqe abafundi ukuba bagunde nokuphambene nenkolo yobuNazaretha nedume ngokuthi yibandla lakwaShembe.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Kuphinde kwaba nokuthuthana ngamandla phakathi kwe EFF nabezokuvikela ephalamande izolo ebusuku ngesikhathi kuzokwethulwa inkuluma yesizwe p...
No comments:
Post a Comment