Unozinti we Kaizer Chiefs neBafana Bafana u Itumeleng Khune angahle ezithole esenkingeni eqenjini lakhe iKaizer Chiefs emva kokusayinda isivumelwano sokusebenzisana nenkampani yakwa Danone emkhiqizweni wayo obizwa ngokuthi yi Danup yogurt.
Ngokwemibiko ekhishwe iSunday world I chiefs ingahle imthathele ingalo yomthetho lonozinti ngoba ithi uphule umthetho wenkontileka yakhe ayisayina naMakhosi ngonyaka opheleli okuthiwa inomunxa othi uma kunezinkampani ezifuna asebenzisane nazo kumele indaba iqale ibukwe yi Kaizer Chiefs base kuba yiyona ethatha isinqumo kwazise uKhune ungowayo.
Lonozinti ease Ventersdorp kubonakala izinto zimvuma kwazise nangenyanga edlule usayinde isivumelwano sokusebenzisana nenye inkampani yaseThekwini I Newton Sports Agency.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
UMfundisi ME Vilane uqhubekile wayiqhakambisa indawo yaso Phongolo ngobuhle obenzeka kuyona, ngesikhathi edla umhlanganiso kumiklomelo yab...
No comments:
Post a Comment