Umphathi wesiteshi uMnu Vincent Gwebu esizovulwa oPongola esibizwa ngokuthi iPongola FM uthi bamukele izicelo ezingaphezu kuka 200 zabafisa ukuzozama inhlanhla yokuba ngabasakazi.
Ebuzwa ngokuthi kuza kanjani ukuthi kubizwe inhlolokhono okwesibili nakuba yake yenziwa ngonyaka ka 2013 uphendule wathi baqale kabusha yonke into ephathelene nomsakazo.
Lenhlolokhono izoba isezindlini zomsakazo budebuduze nedolobhala lasoPongolo esakhiweni esibizwa ngokuthi i DW kusukela ngomsombuluko kuze kuyoba ulwesibili.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment