Umqeqeshi odabuka ezweni lase Turkey uMuhsin 'Mshini' Eturgral umenyezelwe njengomqeqeshi omusha weqembu le Orlando Pirates izolo ntambama.
u Eturgral nobeqeqesha iqembu eliqedwa kudayiselwa u John Comitis i Mpumalanga Black Aces kubikwa ukuthi usahine iminyaka emithathu nezimnyama nebeziholwa ngu Eric Tinkler okubikwa ukuthi usazoba nomhlangano noShlalo we Orlando Pirates u Dokotela Irvin Khoza.
Lomqeqeshi odume ngokudlalisa abadlali abasebancane ngeminyaka nakhonze ukubabiza ngamachwane ngumakade ebona ebholeni laseNingizimu Africa useyiqeqeshe amahlandla amabili iKaizer Chiefs Kanjalo naku Ajax Cape town njengoba egcine eseqeqesha iqembu le Mpumalanga black aces.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment