u Adam Lindin Ljungkvis uthi uyoyixoxela amagwababa echobana into emehlele emdlalweni weqembu lakhe i Jarna SK ebeliwudlala esigabeni sabakhudla ibhenji phecelezi reserve league yezwe lase Sweden ngesikhathi eyhola ikhadi lesibili eliphuzu nebese lisho ukuthi usethole elibomvu.
Ngokombiko okhishwe ikick off magazine lensizwa ithi ithe uma ibuza kunondweba ukuthi yenzeni wathi unondweba ikhadi ilitholele ukuthi ishaye isilwanqa yingakho eyikhiphile kulomdlalo.
Namanje usamangele lomdlali ukuthi bekumele enzenjani uma ezwa indalo imemeza uthi ngabe uyezwa ukuba uthe uma ededela ukuba uqondise kuye unondweba.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment