Lithe lishona elayizolo bese zithe chithi saka izindaba zokuxoshwa komsakazi obedume ngelika Dj Jujucy nobesakaza uhlelo lwe Hip Hop nolubizwa ngokuthi i Show without a name, lezindaba zokukhonjwa isango kwalensizwa omagamayo empela u Nkonzenhle Mbuyazi zibonakale ekhasini lika Facebook lomphathisiteshi uMntwana u Siboniso Zulu.
Ngokwesitatimende esichashunwe ekhasini likamphathisteshi lomsakazi ukhululwe ngokushesha emsebenzini ngenxa yokuqhubeka nokungaziphathi kahle.
Kulindeleke ukuthi isikhala salomsakazi obaziwa ngokusakaza ngesilungu ukuthi sivalwe yilowo ozokhethwa kunhlolokhono ezokwenziwa ngenyanga ezayo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment