uNkosinathi Maphumulo odume ngelika DJ Black Cofee uqophe umlando ngesikhathi eba owokuqala eNingizimu Africa ukunqoba indondo kumklomelwane omkhulu emhlabeni obizwa ngama BET Awards nabebanjelwe kwelase USA.
UBlack cofee unqobe kumkhakha we best international song song Africa. Kulomunxa ubeqhathwe nomunye odabuka kuleli ocula iHip hop u AKA kanjalo nabanye base Nigeria u Wizkid nabale baphetha ukuzoshutha no Black Coffee ngesikhathi esemukela indondo estage.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment