Obesakaza emsakazweni Ukhozi fm uMnu Vukani Masinga nowaziwa ngokuthi u Daddy noma uChilli M uxoshiwe kulomsakazo ngenxa yokuthi ubegwazisa abaculi ukuze kuzodlalwa izingoma zabo kulomsakazo.
Ngokombiko we Times lomsakazi obesakaza ngokubambisana no Mroza ohlelweni lwasemini phakathi nesonto angeke esezwakala kulomsakazo. uDaddy wafika kulomsakazo ozinze eThekwini nase Goli eminyakeni engemingaki eyedlule. Akaqali ukuba sezindabeni lomsakazi ngoba nangonyaka odlule kwathi kuphakathi nokusakaza wavele wathi usezohba emhlabeni ngenxa yokuphuza kakhulu utshwala ngakho udokotela uthe akunsuku zingaki esadla anhlamvana.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment