Umbiko wesikhulu sezokhetho uMnuzane Mawethu Mosery sokuthi alikho igama le NFP emaphepheni agayiwe okuzovotwa ngawo kuwaqede nya amathemba kubalandeli baleliqembu okuthi lizoke lingene okhethweni lomasipala oluzobanjwa ekuqaleni kwenyanga ezayo
Nakuba lingakadikibali emzameni wayo wokuthi lingene ngembobo yenalithi kulolukhetho kodwa izinkomba zibukeka sekusele umndondo ngoba sekukaningi ichithwa yinkantolo esicelweni sayo sokuncikiswa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment