Inkantolo enkulu yasePitoli izolo ikhiphe isigwebo seminyaka eyisithupha kulowo owaboshelwa icala lokubulala isinqandamathe sakhe ongumsubathi kuleli u Oscar Pistorious nokwenzeka ngonyaka ka 2013.
Lomgijimi owalahlwa icala lokubulala ngokungenhloso u Reeva Steenkamp nowayengumkhangisi ubesejele vele emva kokuthi wagwetshwa ngonyaka odlule iminyaka emihlanu nokwathi kusenjalo abakwa Steenkamp baphikisana nesigwebo bafuna agwetshwe iminyaka engaphezu kuka 15 okuyaye kube iminyaka oqala kuyo uma ubulale umuntu kulelizwe.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment