Kothi kusa kusasa abalandeli bomculo kaMaskandi bazoba sebazi ukuthi ngubani okhonyile kumiklomelo yempucuzeko ezobanjwa eThekwini namhlanje.
Kulomcimbi kulindeleke ukuba kubonakale inkunzi kwazise kunomunxa omusha obizwa ngokuthi inkosi kaMasikandi nokuthiwa izokhethwa ngokuba nabalandeli abaningi kanjalo nokujabulisa abalandeli ngesikhathi enandisa esteji.
Umbango omkhulu ubukeka uphakathi kuka Khuzani no Mjikijelwa .
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...
No comments:
Post a Comment