Usemanzini owayenguMongameli wakuleli uMnuzane Jacob Zuma emva kokudlula emhlabeni kwendodana yakhe ogama layo nguVusi.
Ngokwemibiko kubikwa ukuthi indodana kaMnuzane uZuma ishonele esibhedlela iMilpark emva kokugula isikhashana. uVusi nowavundla swini sinye noDuduzani bazalwa ngowayenguNkosikazi kaMnuzane uZuma umaMotaho nowazibulala ngonyaka ka2000
Mayelana nemininingwane yokufihlwa kwayo ibingakacaci ukuthi izofihlelwa kuphi.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment