Onke amabombho abheke eThekwini kubaholi bezifunda zenhlangano Ka ANC kwazise namuhla kuqala ingqungquthela yobuholi balenhlangano kulesifundazwe.
Lengqungquthela eza emva kokuhlakazwa kobuholi obabukhethiwe phambilini nobabuholwa nguMnuzane Sihle Zikalala nokwabikwa ukuthi babungakhethekile ngendlela, kulindeleke ukuthi lengqungquthela iphothulwe ngomgqibelo eNyuvesi yaseThekwini nebizwa ngeDurban University of Technology. lengqungquthela isibuya isibili kwazise ngenyanga kaMay yahlehliswa ngosuku okwakumele iqale ngalo emva kwesigetshana sabalandeli nayo abafaka isikhalazo enkantolo sokuthi ingaqhubeki nangempela yabavuna inkantolo.
UMnuzane Sihle Zikalala nowayengusihlalo walenhlangano kulindeleke aphinde alungenele ukhwtho njengosihlalo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment