Imbongi esencane yasendaweni yasoPhongolo u Senzo Mathebula inhlolokhono ebizwa nge Pongola Talent search ezoba eNtuthuko Sport Ground kusasa ekuseni.
Ngokusho kukaSenzo nobambisene nesiteshi somsakazo esitholakala Ku internet nesibizwa ngo Radio Ulundi lenhlolokhono izobe iqondene nalo lonke uhlobo lomculo. Nokuyothi oyophumelela kuwo bese ethola ithuba lokuthi atholelwe inkampani azoqopha kuyo kusabalaliswe nomculo wakhe kuziteahi zomsakazo ezweni lonkana.
Ababukeli bazongena mahhala bese abazozama inhlanhla bazokhokha uR30.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment