Bazohleka imizuzwana abasebenzi bakahulumeni ngokusa kwangolwesihlanu ngesikhathi benyuselwa amaholo ngo 6.4% nozoba uqale ukubala ngo April.
Kulindeleke ukuba abasebenzi bayithole isingumthanyana kwazise izobe ifake imali yango April, uMay kanye no June nokuyothi ukusukela ngoJuly ibisingena inyanga nenyanga.
Nakuba izinyunyana ezinye zisakhala ngalesiphakamiso sika6.4% esabekwa uhulumeni sekufana nokukhalela ubisi oluchithekile kwazise zasayina ezinye izinyunyana nezahlanganisa isibalo esidingakalayo ukuze kuthathwe izinqumo mayelana namaholo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment