UMrepha wakuleli uJabulani Hadebe nodule ngelikaSjaiva idle umhlanganiso kumiklomelo yaseMelika ebizwa ngokuthi I BET nabebanjelwe eLos Angeles kulona lelazwe ngempelasonto
Lensizwa edabuka endaweni yase Bergville ibiqokwe emnxeni womculi wangaphandle othandwe ngababukeli nalapho ibiqhathwe nabanye abase Africa noswkungumlando ukuthi izidlele amahlanga lensizwa eziqhenyanyo ngenkolo yayo yobuNazaretha kwazise nakuyo lemiklomelo ibigqoke iconsa ngezembatho ezivame ukubokala zigqokwe ngabesilisa abakhinza ekuphakameni okuyintolibhantshi ishethi elimhlophe ibheshu kanye namadavathi wase ephatha isicephu
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment