Umongameli wesikhashana wasezweni lase Zimbabwe uMumzane Emmerson Mnangwagwa usinde ngokulambisa ngesikhathi kuqhuma ibhomu endaweni abezothula kuyo inkulumo ngempelasonto kulo leliyazwe.
Lomonakalo udlule nemiphefumulo yabantu ababili yalimaza inqwaba yabanye abantu abebekhona ngesikhathi kwenzeka lesigameko nesethuse abantu abaningi kwazise lelizwe libheke okhethweni emva kokutetulwa kombuso kaRobert Mugabe nobesephethe lelazwe iminyaka engaphezu kwamashumi amathathu nanhlanu.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment