Ompetha bendebe yomhlaba iGermany iyiqale ngenduku imidlalo yendebe yomhlaba ngesikhathi ithola induku Ka 1-0 ishaywa izwe lase Mexico.
Lomdlalo obubhekwe ñgabomvu kwazise lamazwe adlalile kumidlalo ye confederation cup ngonyaka odlule nalapha iMexico yathola induku Ka 4-1 emdlalweni wamanqamu bekulindeleke ukuthi kungenzeka yini iziphindiselele iMexico noma izihambele kalula iGermany.
Abafana base Mexico bashaye igoli ngomzuzu ka 22 nokube umgundatshani oshaywe ngu Lozano nelibe is imbelambelane kwaze kwayo phela umdlalo nokwale ngisho amajalimane esehlasela onke ngio nonozinti wawo uNeur.
Kanti komunye umdlalo obubhekwe ngamehlo abomvu i Switzerland ibambe iBrazil ngo 1-1. Komunye futhi umdlalo iSerbia ishaye iCosta Rica ngo 1-0. Kanti nezwekazi lase Africa liqhubekile nokuba isixhwa kulemidlalo njengoba iNigeria ithole induku Ka 2-0 Ku Croatia.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment